GradePack

    • Home
    • Blog
Skip to content
bg
bg
bg
bg

Author Archives: Anonymous

ISIQEPHU C: UKUFINGQA UMBUZO 3 TEXT D Fundisisa lesi siqesha…

ISIQEPHU C: UKUFINGQA UMBUZO 3 TEXT D Fundisisa lesi siqeshana esingezansi bese usifingqa ngamaphuzu ayi-7. IMIYALELO: 1.    Bhala ngemisho ephelele. Amagama angama-50 kuya kwangama-60. 2.    Imisho yakho mayibe nezinombolo kusukela kweyoku-1 kuya kweye-7. 3.    Bhala iphuzu elilodwa emshweni ngamunye. 4.    Ekugcineni kwamaphuzu wonke owabhalile, bhala inani lamagama owasebenzisile.   TEXT D   ISIKHIYE ESIVULA YONKE IMINYANGO. 1 Imfundo isikhali sokuhlahla endlela ebukeka ingelula kodwa ihambeke.Imfundo uma vula kuvaliwe.Imfundo Ilona kusasa elizoqhakazisa impilo yakho ingabe isafana nakuqala.Imfundo ithulizi lazo zonke izimpi emhlabeni jikelele.Mfunda nawe. 2 Cha bakwethu iqiniso lilihle nje isikole asilulanga kodwa kubiza umuntu ngamunye ukuthi ame isibindi abekezele ngoba ukuze uphumelele empilweni kumele usebenze kanzima.Kulo mhlaba obhubhayo sidinga ukuqinisa kakhulu emfundweni ngoba siyabona izwe esiphila kulo selaphila ngezindlela ezisheshayo bathi lena yemfundo indlela iyathathela. 3  Ngiyayiqakambisa imfundo yesimanje ngoba isibhekelela lonke uhlobo lomuntu.Ngalokhu ngichaza ukuthi uma unguntwana othanda ukupheka noma ophiwe ngase kuphekeni izikole sezafaka izifundo zokupheka.Uma ungumfundi othanda ezemidlalo usungawafeza amaphupho akho okuba ngumdlali oqavile kanjalo uma ungumuntu ophiwe ngase kudwebeni ezikoleni sezikhona izifundo zabadwebayo.Funda mntwana ekhaya balinde wena uzosuka ikati eziko.khohlwa abangani, khohlwa omakhelwane, khohlwa okwasemhlabeni. [umbhalo wokuziqambela]   RIGHT CLICK ON THE BUTTON BELOW TO OPEN TEXT D IN A NEW TAB      

Read Details

1.2.1 Khipha ukuxhumana siqalo esikuthola kustanza-1.Dwebe…

1.2.1 Khipha ukuxhumana siqalo esikuthola kustanza-1.Dwebela ukuxhumana lokho. (2)

Read Details

  ISAMBA ISAMBA ISIQEPHU D: AMAMAKO ESEWONKE: [11] [20]…

  ISAMBA ISAMBA ISIQEPHU D: AMAMAKO ESEWONKE: [11] [20] [60]

Read Details

UMBUZO 5 5.1 Bhala amagama adwetshelwe emishweni engez…

UMBUZO 5 5.1 Bhala amagama adwetshelwe emishweni engezansi abe sebuningini. A.    Mina wangehlula ngiyashiya. B.    Umalume kaThulani usefikile. C.    Inja ehloniphayo. D.    Umfowethu okwazi ukwenza into yakhe kahle. (5)

Read Details

8.1 Vorm ‘n saamgestelde sin met die volgende sinne. Gebru…

8.1 Vorm ‘n saamgestelde sin met die volgende sinne. Gebruik die voegwoord in hakies. (2)   Greg is meer verantwoordelik. Sy ouers vertrou hom. (daarom)  

Read Details

2.1 Bhala izinto ozitbona kulekhathuni. Bhala okubili. (…

2.1 Bhala izinto ozitbona kulekhathuni. Bhala okubili. (2)

Read Details

ISIQEPHU D: UKUSETSHENZISWA KOLIMI UMBUZO 4:      …

ISIQEPHU D: UKUSETSHENZISWA KOLIMI UMBUZO 4:       4.1 Khipha umenzi (subject) nomenziwa(object) kule misho elandelayo: A.    UMama ushaya uNokwanda. B.    Izingane zidlala ibhola. (4)

Read Details

    Klik op die knoppie om die DAGBOEKINSKRYWING te lees….

    Klik op die knoppie om die DAGBOEKINSKRYWING te lees.    

Read Details

2.2 Amagwebu (foams) khathuni asitshela ukuthini? (2)

2.2 Amagwebu (foams) khathuni asitshela ukuthini? (2)

Read Details

2.3 Is Greg ‘n goeie vriend? (2)   Gebruik die dag…

2.3 Is Greg ‘n goeie vriend? (2)   Gebruik die dagboekinskrywing en die prent om jou antwoord te bepaal.  

Read Details

Posts pagination

Newer posts 1 … 54,387 54,388 54,389 54,390 54,391 … 64,179 Older posts

GradePack

  • Privacy Policy
  • Terms of Service
Top