GradePack

    • Home
    • Blog
Skip to content
bg
bg
bg
bg

Author Archives: Anonymous

1.2.3 Imuphi umdlalo owuthandayo wena? Futhi ngobani? (3…

1.2.3 Imuphi umdlalo owuthandayo wena? Futhi ngobani? (3)

Read Details

1.1.9 Bhala lomusho uqale ngebizoqho (uKhaya Mthethwa) ”Us…

1.1.9 Bhala lomusho uqale ngebizoqho (uKhaya Mthethwa) ”Usaziwayo womculo wokholo, uKhaya Mthethwa, usezokwethula uhlelo olusha lweGospel”. (2)

Read Details

1.1.5 Shintsha (change) lomusho olandelayo ube inkulumo nq…

1.1.5 Shintsha (change) lomusho olandelayo ube inkulumo nqo: UMonde Thwala, uzwakalise ukujabula ngokuthi lesi siteshi sesizokwethula uhlelo lokuqala lwe-Gospel oludidiyelwe lapha ekhaya.   (2) 

Read Details

  ISIQEPHU A: ISIFUNDO SOKUQONDISISA UMBUZO 1.1 Funda lesi…

  ISIQEPHU A: ISIFUNDO SOKUQONDISISA UMBUZO 1.1 Funda lesi siqheshana esingezansi bese uphendula imibuzo elandelayo.   TEXT A   UHLELO OLUSHA I-RHYTHM & GOSPEL 1. Johannesburg – Umculi womculo wokholo, uKhaya Mthethwa, usezokwethula uhlelo olusha lweGospel esiteshini sikamabonakude iBET Africa (DStv 129) noluzoqala ngo-13:00 ngomhlaka-21 kuMeyi. Abathandi bomculo wokholo sebezokwazi ukuthokozela lolu hlelo nalapho ezobe enezingxoxo nabanye babaculi beGospel abaphambili kulolu hlelo olusha lweBET, i-Rhythm & Gospel. 2. Phakathi kwabanye babaculi okulindeleke ukuba babe yizimenywa kulolu hlelo kubalwa uJudith Sephuma, uLebo Sekgobela, uDr Tumi, uRebecca Malope, uMahalia Buchanan, uBenjamin Dube, uLoyiso Bala, uNqubeko, uNtokozo Mbatha, uNeyi Zimu kanye noJames Okon. Oyi-Vice President kwiBET, Youth & Music for Viacom International Media Networks (VIMN) Africa, uMonde Twala, uzwakalise ukujabula ngokuthi lesi siteshi sesizokwethula uhlelo lokuqala lwe-Gospel oludidiyelwe lapha ekhaya. 3. Uthi isakhiwo salolu hlelo sihluke kakhulu futhi bayaziqhenya kakhulu ngokusingatha uhlelo olukuleli zinga. Uthi lesi siteshi sisazoqhubeka nokuzinikela ethalenteni kanye nasezinhlelweni zalapha emzansi ezihambisana nababukeli baso. UKhaya Mthethwa uthi uzizwa ehlonipheke kakhulu ngokwethula lolu hlelo, wabe esenxusa ababukeli ukuthi benze isiqiniseko sokuthi alubaphuthi lolu hlelo.   (IsiZulu Sami Nawe)   RIGHT CLICK ON THE  BUTTON BELOW TO OPEN TEXT A IN ANEW PAGE  

Read Details

1.1.8 Ucabanga ukuthi abathandi bomculi wokholo bazolujabu…

1.1.8 Ucabanga ukuthi abathandi bomculi wokholo bazolujabulela loluhlelo? Chaza.  (4) 

Read Details

ISIQEPHU B: UKUFINGQA UMBUZO 2 Fundisisa lesi siqeshana esi…

ISIQEPHU B: UKUFINGQA UMBUZO 2 Fundisisa lesi siqeshana esingezansi bese usifingqa ngamaphuzu ayi-7. IMIYALELO: 1.    Bhala ngemisho ephelele. Amagama angama-50 kuya kwangama-60. 2.    Imisho yakho mayibe nezinombolo kusukela kweyoku-1 kuya kweye-7. 3.    Bhala iphuzu elilodwa emshweni ngamunye. 4.    Ekugcineni kwamaphuzu wonke owabhalile, bhala inani lamagama owasebenzisile.

Read Details

IMIYALELO   1. Umsebenzi owubhala la makube owakho….

IMIYALELO   1. Umsebenzi owubhala la makube owakho. Awuvunyelwe ukusebenzisa umsebenzi womunye umuntu.   2. Iphepha lineziqephu ezintathu: Isiqephu A:  Isifundo sokuqondisisa (40)  Isiqephu B:  Ukufingqa (10) Isiqephu C:  Izakhiwo zolimi (20)   3. Phendula yonke imibuzo.  

Read Details

1.1.7 Ingabe uKhaya Mthethwa kumlungele ukukwethula loluhl…

1.1.7 Ingabe uKhaya Mthethwa kumlungele ukukwethula loluhlelo? Sekela impendulo yakho. (3) 

Read Details

1.1.5 The exchange rate as determined on the forex market…

1.1.5 The exchange rate as determined on the forex market forms as part of any economic environment. (2)     [10]

Read Details

  SECTION A: Compulsory     QUESTION 1: Multiple c…

  SECTION A: Compulsory     QUESTION 1: Multiple choice    1.1 Four options are given as possible answers to the following questions. Choose the most appropriate answer.   1.1.1 Butch Singh used the same technology to produce a new product related to the main product. This is known as …………………………… diversification. (2)

Read Details

Posts pagination

Newer posts 1 … 79,015 79,016 79,017 79,018 79,019 … 81,658 Older posts

GradePack

  • Privacy Policy
  • Terms of Service
Top