GradePack

    • Home
    • Blog
Skip to content
bg
bg
bg
bg

Author Archives: Anonymous

1.2.4 Bhala imibala embili egqamile oyibonayo. (4)

1.2.4 Bhala imibala embili egqamile oyibonayo. (4)

Read Details

1.1.6 Ngokwakho kungani uKhaya ethi uzizwa ehloniphekile n…

1.1.6 Ngokwakho kungani uKhaya ethi uzizwa ehloniphekile ngokwethula lolu hlelo? (2) 

Read Details

1.1.4 Kusho ukuthini kumphakathi waseMzansi Africa uma uhl…

1.1.4 Kusho ukuthini kumphakathi waseMzansi Africa uma uhlelo lolu luzobonakaliswa kulesiteshi?      (2) 

Read Details

AMAMAKI ESIQEPHU A:  [25]

AMAMAKI ESIQEPHU A:  [25]

Read Details

1.1.3 Bhala u-21 ngesiZulu. (2)

1.1.3 Bhala u-21 ngesiZulu. (2)

Read Details

   TEXT C   IMFUNDO  1 Inja yisilwane esibalul…

   TEXT C   IMFUNDO  1 Inja yisilwane esibalulekile emphakathini. Iyakwazi ukuqeqeshwa/ ukufundiswa ukuze isize ezimweni ezehlukene. Abanye abantu abazithandi izinja ngoba ziyangcolisa, ziyizindleko futhi zibanga umsindo.  Inja ingumngani weqiniso kumnikazi wayo, iyamazi ngisho ephakathi kwabantu abaningi. Umnikazi wayo uma evelelwa yingozi iyakhonkotha ukuze babone abanye abantu ukuthi kukhona inkinga ekhona banikeze usizo. Inja inothando lweqiniso ngisho umnikazi engayithengeli ukudla kodwa uma efika iyamjabulela. 2 Amaphoyisa ayazisebenzisa izinja ukufuna umuntu olahlekile. Ziyaye zinukiswe impahla yalowo muntu olahlekile khona zizolazi iphunga lakhe. Ziyasetshenziswa futhi nokuhogela/ukunuka izidakamizwa kubantu nasezimpahleni. Izinja ezifundiswe kahle zikwazi u uhogela izidakamizwa kanye namabhomu. Imizi eminingi ifuye izinja ukuze zigade amakhaya angagqekezwa kalula. Kukhona izinja eziluma ngempela, isigebengu singacabangi ngisho ukungena kulowo muzi. 3 Izinja ziwusizo olukhulu emphakathini kubantu abangaboni emehlweni, abayizimpumputhe. Lezi zinja ziyafundiswa ukuze zikwazi ukusiza loyo ongaboni. Umuntu ongaboni emehlweni akehlukani nenja yakhe, baba ngamathe nolimi. Iyamsiza uma esengozini. Kukhona ezifundiswa ukuthunywa njengabantu. Uma kufika incwadi yeposi noma iphephandaba ziyalilanda zililethe endlini. Ezinye ziqoqa izinto zizibeke ezindaweni zazo.   RIGHT CLICK ON THE BOTTON BELOW TO OPEN TEXT C IN A NEW PAGE   

Read Details

1.2.3 Imuphi umdlalo owuthandayo wena? Futhi ngobani? (3…

1.2.3 Imuphi umdlalo owuthandayo wena? Futhi ngobani? (3)

Read Details

1.1.9 Bhala lomusho uqale ngebizoqho (uKhaya Mthethwa) ”Us…

1.1.9 Bhala lomusho uqale ngebizoqho (uKhaya Mthethwa) ”Usaziwayo womculo wokholo, uKhaya Mthethwa, usezokwethula uhlelo olusha lweGospel”. (2)

Read Details

1.1.5 Shintsha (change) lomusho olandelayo ube inkulumo nq…

1.1.5 Shintsha (change) lomusho olandelayo ube inkulumo nqo: UMonde Thwala, uzwakalise ukujabula ngokuthi lesi siteshi sesizokwethula uhlelo lokuqala lwe-Gospel oludidiyelwe lapha ekhaya.   (2) 

Read Details

  ISIQEPHU A: ISIFUNDO SOKUQONDISISA UMBUZO 1.1 Funda lesi…

  ISIQEPHU A: ISIFUNDO SOKUQONDISISA UMBUZO 1.1 Funda lesi siqheshana esingezansi bese uphendula imibuzo elandelayo.   TEXT A   UHLELO OLUSHA I-RHYTHM & GOSPEL 1. Johannesburg – Umculi womculo wokholo, uKhaya Mthethwa, usezokwethula uhlelo olusha lweGospel esiteshini sikamabonakude iBET Africa (DStv 129) noluzoqala ngo-13:00 ngomhlaka-21 kuMeyi. Abathandi bomculo wokholo sebezokwazi ukuthokozela lolu hlelo nalapho ezobe enezingxoxo nabanye babaculi beGospel abaphambili kulolu hlelo olusha lweBET, i-Rhythm & Gospel. 2. Phakathi kwabanye babaculi okulindeleke ukuba babe yizimenywa kulolu hlelo kubalwa uJudith Sephuma, uLebo Sekgobela, uDr Tumi, uRebecca Malope, uMahalia Buchanan, uBenjamin Dube, uLoyiso Bala, uNqubeko, uNtokozo Mbatha, uNeyi Zimu kanye noJames Okon. Oyi-Vice President kwiBET, Youth & Music for Viacom International Media Networks (VIMN) Africa, uMonde Twala, uzwakalise ukujabula ngokuthi lesi siteshi sesizokwethula uhlelo lokuqala lwe-Gospel oludidiyelwe lapha ekhaya. 3. Uthi isakhiwo salolu hlelo sihluke kakhulu futhi bayaziqhenya kakhulu ngokusingatha uhlelo olukuleli zinga. Uthi lesi siteshi sisazoqhubeka nokuzinikela ethalenteni kanye nasezinhlelweni zalapha emzansi ezihambisana nababukeli baso. UKhaya Mthethwa uthi uzizwa ehlonipheke kakhulu ngokwethula lolu hlelo, wabe esenxusa ababukeli ukuthi benze isiqiniseko sokuthi alubaphuthi lolu hlelo.   (IsiZulu Sami Nawe)   RIGHT CLICK ON THE  BUTTON BELOW TO OPEN TEXT A IN ANEW PAGE  

Read Details

Posts pagination

Newer posts 1 … 85,881 85,882 85,883 85,884 85,885 … 88,525 Older posts

GradePack

  • Privacy Policy
  • Terms of Service
Top