3. Funda lesi siqeshana sesibili bese uphendula imibuzo el…
3. Funda lesi siqeshana sesibili bese uphendula imibuzo elandelayo: Read the SECOND part of the story and answer questions that follow: ULindo wayesebuza umama wakhe ukuthi kwenzenjani izimpompi zingasebenzi kanje, unina wathi akazi. Waqala wathukuthela uLindo ebona kahle ukuthi impilo yakhe iyama njengoba kungekho manzi. Wahamba waya ekhishini ethi uyodla, wafika wathola ukudla kufakwe emabhodweni kodwa kungekho manzi okupheka lokho kudla, ngoba bekade elambe kakhulu, uLindo wahlala phansi wakhala. Wayesebuya udadewabo uLwandle emkhumbuza ngalokhu akushilo kokuthi amanzi awabalulekile, uLindo wazisola kakhulu ngalokhu washo ukuthi akaphindanga wadelela ukubaluleka kwamanzi ngendlela ayenze ngayo. Umama wathambisa ukuqina kwazo zonke izimpompi impilo yaqhubeka. (Lindo then asked his mom what is happening, why are taps not working, his mom said he doesn’t know. Lindo started being angry when he saw that his life is standstill as there is no water. He went to the kitchen to eat, he got there and found food in the pots and there was no water to cook this food, because he was too hungry, Lindo sat down and cried. His sister Lwandle then reminded him of what he said that water is not important, Lindo regretted this so much and he said he will never disrespect the importance of water like he did. Their mother loosened the tight taps, life carried.) (Indaba yokuziqambela)
Read Details