2. Funda lesi siqeshana sesibili bese uphendula imibuzo e…
2. Funda lesi siqeshana sesibili bese uphendula imibuzo elandelayo: Read the SECOND part of the story and answer questions that follow: Umfowethu uLindokuhle ungomunye wabantu abathanda ukumosha amanzi, uthi awabalulekanga ngaleyo ndlela. Lokhu kungizwise obukhulu ubuhlungu ngoba ngiyazi ukuthi kukhona imiphakathi eswela amanzi abanye abantu baze baphila ngamanzi angcolile ngoba baswelwa amanzi ahlanzekile. Namuhla usuku lapho nginqume ukuthi ngizokhombisa umfowethu indlela amanzi abaluleke ngayo. Ngicele umama ukuthi avale zonke izimpompi aziqinise ukuze uLindokuhle angakwazi ukuzivula uma adinga amanzi. ULindokuhle uthe evuka washona egumbini lokugezela wathatha isixuubho sakhe wathi uvulela impompi wathola iqinile kungaphumi amanzi. Wacikeka kakhulu uma ebona lokhu kwenzeka. Waqhubeka waya ebhavini wazama ukuvulela amanzi ethi ufuna ukugeza nalapho akuphumanga manzi. (My brother Lindokuhle is one of the people that like to waste water, he says it is not really that important. This really makes me sad because I know that there are communities that don’t have water, other people even use unclean water because they don’t have clean water. Today is the day I decided that I will show my brother how important water is. I asked my mother to close all taps and seal them tightly so that Lindokuhle does not open them when he needs water. When Lindokuhle woke up he went to the bathroom and took his toothbrush and tried to open the tap he found it sealed and there was no water coming out. He got irritated when this happened. He proceeded to go to the bath tub and tried to open the tap for water to bath, he also found that even that one was sealed and there was no water.)
Read Details2.5. Lungisa le misho ngokuthi ufake izivumelwano zenhloko…
2.5. Lungisa le misho ngokuthi ufake izivumelwano zenhloko ezifanele. Inkomba: Ingxenye edwetshelwe yisivumelwano senhloko. Correct the sentences by adding the correct subject agreements. Clue: the underlined part of the word is the subject agreement. 2.5.1. Isitsha baphukile. (2) 2.5.2. Ilitshe ziqinile. (2)
Read Details3. Funda lesi siqeshana sesibili bese uphendula imibuzo el…
3. Funda lesi siqeshana sesibili bese uphendula imibuzo elandelayo: Read the SECOND part of the story and answer questions that follow: ULindo wayesebuza umama wakhe ukuthi kwenzenjani izimpompi zingasebenzi kanje, unina wathi akazi. Waqala wathukuthela uLindo ebona kahle ukuthi impilo yakhe iyama njengoba kungekho manzi. Wahamba waya ekhishini ethi uyodla, wafika wathola ukudla kufakwe emabhodweni kodwa kungekho manzi okupheka lokho kudla, ngoba bekade elambe kakhulu, uLindo wahlala phansi wakhala. Wayesebuya udadewabo uLwandle emkhumbuza ngalokhu akushilo kokuthi amanzi awabalulekile, uLindo wazisola kakhulu ngalokhu washo ukuthi akaphindanga wadelela ukubaluleka kwamanzi ngendlela ayenze ngayo. Umama wathambisa ukuqina kwazo zonke izimpompi impilo yaqhubeka. (Lindo then asked his mom what is happening, why are taps not working, his mom said he doesn’t know. Lindo started being angry when he saw that his life is standstill as there is no water. He went to the kitchen to eat, he got there and found food in the pots and there was no water to cook this food, because he was too hungry, Lindo sat down and cried. His sister Lwandle then reminded him of what he said that water is not important, Lindo regretted this so much and he said he will never disrespect the importance of water like he did. Their mother loosened the tight taps, life carried.) (Indaba yokuziqambela)
Read DetailsThe marketing research firm Stealth is conducting a study on…
The marketing research firm Stealth is conducting a study on lighting, and how different levels of light impact consumer purchase behavior in a retail environment. Stealth believes high levels of light increase the amount of money people spend at a retail store. In order to test this relationship, Stealth decides to conduct an experiment. Their goal with the experiment is for the findings to be as generalizable as possible, with strong external validity. Which type of experiment should Stealth run?
Read Details