IMIYALELO: 1. Umsebenzi owubhala la makube owakho….
IMIYALELO: 1. Umsebenzi owubhala la makube owakho. Awuvunyelwe ukusebenzisa umsebenzi womunye umuntu. 2. Iphepha lineziqephu ezintathu: ISIQEPHU A: I-esayi (50) ISIQEPHU B: Imibhalo emide (30) ISIQEPHU C: Imibhalo emfishane (20) 3. Phendula umbuzo owodwa kuzo zonke iziqephu. 4. Bhala ngesiZulu. 5. Hlela umsebenzi wakho (uhlaka) ngamaphuzu noma ngebalazwe (mind map), ulungise amaphutha bese uyawufundisisa. Uhlelo/Uhlaka malwandulele umbhalo ngamunye. 6. Ukuhlela makukhonjiswe ngokubhala igama elithi uhlelo/uhlaka bese kuyethulwa. Kuyancomeka ukuba kudwetshwe umugqa phezu kwemisebenzi yonke yokuhlela. 7. Nikeza impendulo ngayinye isihloko esifanele. 8. Isikhathi usihlukanise ngale ndlela: imizuzu engu-80 kwiseqephu A imizuzu engu-40 kwiseqephu B imizuzu engu-30 kwiseqephu C
Read Details