ISIQEPHU B- UKUFINGQA SECTION B: SUMMARY UMBUZO 2 …
ISIQEPHU B- UKUFINGQA SECTION B: SUMMARY UMBUZO 2 Landela le migomo yokufingqa: 1. Bhala ngamagama wakho- Write in your own words. 2. Bhala ngemisho emihlanu noma eyisithupha, AMAGAMA angama-30-40 Write 5-6 sentences 30-40 words. 3. Bhala ngesiZulu- Write in IsiZulu. 4. Gcina umqondo wendaba- Keep the sense of the story. Konke ofanele ukwazi ngomndeni wezinja (All you have to know about the family of dogs) Impungushe isilwane esidla konke, inyama kanye nokunye okutshalwayo. (Jackals are animals that eat both meat and some things that are planted.) NgesiNgisi, izilwane ezinjalo zibizwa ukuthi omnivore. (In English, animals like that are regarded as omnivores.)Kunesilwane esibizwa nge fox ngesiNgisi okuwuhlotshana lwempungushe (There is an animal called a fox in English which is a type of jackal.) Kuthiwa lezi zimpungushe zifana kakhulu namakati kunezinja (Foxes are said to be more like cats than dogs). Lokhu kungoba ziyakwazi ukubuyisela izinzipho zazo emuva njengamakati nokuthi zibona kangcono ebumnyameni. (This is because they can retract their claws and they can also see better in the dark.) Izimpisi zona izilwane ezidla inyama kuphela (Hyenas are animals which feed on meat only.) Kuthiwa zihlala ngamaqembu, iqembu elilodwa liyakwazi ukuba namalungu angama-80. (They live and hunt in groups, a group can have about 80 members.) Zinamazinyo abukhali ngendlela eyisimanga (They have really sharp teeth.) Izimpisi zidla konke esilwaneni, inyama kanye namathambo aso. (Hyenas eat every part of an animal, their meat and bones included.) Isilwane esibizwa nge-wolf ngesiNgisi siwuhlobo lwempisi. (An animal called a wolf in English is a type of hyena.) Ekugcineni kuba khona izinja lezi esihlala nazo emakhaya esizithandayo, nazo ziba bukhali uma zibona ngathi zehlelwa yingozi. (Lastly, there are dogs we live with at home which we love so much, they also do become dangerous when they feel threatened.) ISAMBA ISIQEPHU B: [10]
Read DetailsFunda isiqeshana sesithathu sendaba bese uphendula imibu…
Funda isiqeshana sesithathu sendaba bese uphendula imibuzo elandelayo: Read the THIRD part of the story and answer the question that follow: 3. USgidi wagijima ngejubane ejahe phambili kubabekazi kaNomzamo. (Sgidi ran very fast to Nomzamo’s aunt’s house.) Wangena endlini wafika wamgwinya ubabekazi bese wangena embhedeni kababekazi wazenza yena. (He got into her house, swallowed her and got into her blankets and pretended to be her.) Nomzamo wamangala ukuthi ingani ubabekazi wakhe enezindlebe kanye namehlo amakhulu kangaka. (Nomzamo got surprised why her aunt has such big eyes.) Wathi esabuza wamgwinya naye uSgidi. (As she was busy asking all these questions, Sgidi swallowed her as well.) Wayeselokhu ekhuluma nasesiswini sempisi yaze yamkhafula ngoba wayeyicasula (She kept on speaking inside the wolf’s stomach until it got irritated and spit both of them out.) Kusukela ngalelo langa uNomzamo wanquma ukuthi ngeke asakhuluma kakhulu nabantu angabazi. (From that day, Nomzamo promised that she will never talk too much and with strangers.)
Read Details