ISIQEPHU B: UMBHALO OMUDE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 2…
ISIQEPHU B: UMBHALO OMUDE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 2 Phendula umbuzo owodwa. Bhala i-eseyi engamagama angu-80 kuya ku-100. Ubhale isihloko esiveza ukuba ukhethe muphi umbuzo. Khetha isihloko esisodwa kulezi. 2.1 INCWADI YOBUNGANI Ubuhambe nomzala wakho ngamaholidi niye eKenya. Mubhalele incwadi umbonge ngokukumema, nangakho konke enikwenzile. NOMA (30) 2.2 I-ATHIKILI YEPHEPHANDABA Bhala i-athikhili ezophuma kwiphendandaba lomphakathi wangakini ngokubaluleka kokudla okunempilo nokuzivocavoca nobungozi bokungawunaki umzimba wakho. NOMA (30) 2.3 INHLOLOKHONOBhala inhlolokhono lapho wena ukhuluma khona noChilli Bite umlingisi oqavile kwiMovie Izulu Lami. (30) ISAMBA ISIQEPHU B: (30)
Read DetailsISIQEPHU C: UMBHALO OMFISHANE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 3…
ISIQEPHU C: UMBHALO OMFISHANE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 3 Phendula umbuzo owodwa. Bhala i-eseyi engamagama angu-60 kuya ku-80. Ubhale isihloko esiveza ukuba ukhethe muphi umbuzo. Khetha isihloko esisodwa kulezi. 3.1 IMIYALELO Umngani wakho ucele ukukuvakashela ngempelasonto, kodwa akayazi indlela yokufika kuwena esuka edolobeni. Mubhalele inkombandlela yokufika kuwena. NOMA (20) 3.2 IDAYARI kwenzeke into ebaluleke kakhulu empilweni yakho. Bhalela idayari yakho ngalolusuku ongasoze walukhohlwa. NOMA (20) 3.3 I-IMEYILI Ube nethuba lokuhlangana nomuntu omthonzile kakhulu. Muthumele i-imeyili lapho umchazela kungani umthonzile nokuthi uyishintsha kanjani impilo yakho. (20) ISAMBA ISIQEPHU C: (20)
Read DetailsISIQEPHU A: I-ESEYI UMBUZO 1 Phendula umbuzo…
ISIQEPHU A: I-ESEYI UMBUZO 1 Phendula umbuzo owodwa. Bhala i-eseyi engamagama angu-190 kuya ku-240. Ubhale isihloko esiveza ukuba ukhethe muphi umbuzo. Khetha isihloko esisodwa kulezi. 1.1 Inhliziyo yami yoma nkwe mhla… NOMA (50) 1.2 Kuyisihluku ukusebenzisa izilwane ukwenza ucwaningo. NOMA (50) 1.3 Kungabe unosoziwayo banamuthelela muni emphakakthi? NOMA (50) 1.4 Ungenzani usunolwazi lokuthi uzofa ekupheleni konyaka? NOMA (50) Right click on the button below to open the images for questions 1.5, 1.6 and 1.7 on a new page. (50) ISAMBA ISIQEPHU A: 50
Read DetailsThis test consists of TWO questions: Question 1 – Seen Poet…
This test consists of TWO questions: Question 1 – Seen Poetry (15) Question 2 – Unseen Poetry (10) Answer all questions in the spaces provided. Take the mark allocation into account when composing your response and answer using standard formal English.
Read DetailsSECTION A: CREATIVE WRITING QUESTION 1: ESSAY…
SECTION A: CREATIVE WRITING QUESTION 1: ESSAY Write an essay of between 200 and 250 words in length on ONE of the following topics. Write down the NUMBER and TITLE of the essay you have chosen, for example 1.2 Social media is the new drug. Discuss. Give your own title if your choice is QUESTION 1.5.1 OR 1.5.2 Spend approximately 80 minutes on this section. 1.1 “I’m not strange, weird, off, nor crazy, my reality is just different from yours.” – Lewis Carrol. (50) 1.2 Social media is the new drug. Discuss. (50) 1.3 …and that is why I call it home. (50) 1.4 I thought all was lost and then she smiled at me. (50) 1.5 Choose ONE of the following pictures and write an essay on a topic that comes to mind. Write the question number (1.5.1 OR 1.5.2) and give your essay a suitable title. NOTE: There must be a clear link between your essay and the picture you have chosen. RIGHT-CLICK ON THE BLUE BUTTON TO REVEAL THE PICTURE 1.5.1 (50) 1.5.2 (50)
Read Details