ISIQEPHU C: UMBHALO OMFISHANE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 3…
ISIQEPHU C: UMBHALO OMFISHANE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 3 Phendula umbuzo owodwa. Bhala i-eseyi engamagama angu-60 kuya ku-80. Ubhale isihloko esiveza ukuba ukhethe muphi umbuzo. Khetha isihloko esisodwa kulezi. 3.1 IMIYALELO/IRESEPHIUMkhulu wakho kade enivakashele, wamubhakela amagwinya. Ukucele ukuthi umfundise ukuthi ulibhake kanjani. Bhala imiyalelo/iresiphi oyisebenzisile ukulibhaka. Ukhumubule nokubhala izithako ezidingekalayo. NOMA (20) 3.2 ISIKHANGISI Uqale iqembu lomboto wamantombazane ngakini. Bhala isikhangisi ozosinika abantu ukuze bangenele leli qembu. NOMA (20) 3.3 I-IMEYILIUthole i-imeyili esuka kuAunti wakho ohlala eMorroco ngesimo eNingizimu. Muphendule nge-imeyili. (20) ISAMBA ISIQEPHU C: (20)
Read Details