GradePack

    • Home
    • Blog
Skip to content
bg
bg
bg
bg

GradePack

5.1.2 Gcwalisa ngezivumelwano ezifanele kule misho elandel…

5.1.2 Gcwalisa ngezivumelwano ezifanele kule misho elandelayo. A)    Isikhwama –yadabuka  uma sisindelwa. B)    Abantu bahlalelwe ibanga —de emsebenzini. (2)

Read Details

1.1.9 Sebenzisa amabizo alandelayo ukwakha imisho EMIBILI…

1.1.9 Sebenzisa amabizo alandelayo ukwakha imisho EMIBILI ebizweni elilodwa. A.    Abangane B.     Umndeni (4)

Read Details

  TEXT C   IMFUYO 1 Eminyakeni eminingi eyedlu…

  TEXT C   IMFUYO 1 Eminyakeni eminingi eyedlule imfuyo kaSikhosana bekuyisikhonyane. Kodwa manje sesiyabalwa. Nezinkukhu ebaleni seziyabalwa. Intokozo  jikelele kayisekho lapha ekhaya. Amashwa lapha ekhaya ayatetana. Selokhu aqala mhla uMthoko ebuya ekhaya ebathazela ngezinyawo, eshawayizela ngesikhinjana esincane sangaphansi. Izicathulo Kanye nebhantshi kungasekho. Wathi uma ebuzisiswa ukuthi izingubo zishonephi wathi akazi. Okukodwa akukhumbulayo yizithunzana ezimnyama ezisabantu athi wazibona evela esikoleni. 2 Zazimhleka ulimi, zimzungezela osengathi zifuna ukumbamba. Wagcina ekhala ememeza okwembuzi ihlatshwa. Uthi emva kwalokho akakhumbuli lothu olwenzeka. Uhlutshulwa izingubo nje uMthoko, emasontweni amabili adlule, Balahlekelwe yimali ebhekile lapha ekhaya. Babhudula umuzi wonke, lutho imali. Sekutholakala nokuthi ziningi nezimpahla ezidule esezinyamalele lapha ekhaya, akukho namkhondo olandelekayo. Yilapho-ke uSikhosana esevela khona nombono wokuthi ngcono bake bayokuzwa kwababonayo. UMthoko wezwakala ewenanela kakhulu lowo mbono wokuthi bayobhula. Waze waphakamisa negama lesanuzi athi kuthiwa asibhuli siyaqeqebula, sibiza umuntu ngegama. Nebala kwagcinwa kuyiwe kuso. 3 Isangoma sansondo  sakhuluma saziphikisa. Baze baqala ukuqwebula amehlo uma sesithi: “Ngibona nemoto ebomvu eyi-GTI. Le moto yembozwe yifu elimnyama bhuqe. Nantu nonyazi olubi luyihashula ngomlilo”. Bathatha izinduku zabo bahamba uma isangoma sithi kumele bakhiphe u-2000.00 ukuze sifike nasekhaya sizobethela yikhona sizobamba lesi silwane esithatha ngozwane lapha ekhaya. 4 Kawaphelanga amasonto amabili, yanyamalala iGTI ebomvu. Kwasa igalaji livuleke nge, imoto ingasabonwa. Wayedla amagwebu ensipho uSikhosane. Wayengesebhekeki eyibhubesi. Wadonsa izingcingo wathinta amaphoyisa. Atheleka ngokuphazima kweso. Apequlula, abuza imibuzo kwabomndeni, kwayaluza izinkulungwane zezinja zamaphoyisa ezithungatha umkhondo. Ekigcineni amaphoyisa acela ukuhamba noMthoko ukuze amphenye. Wala waphetha uSikhosana nengane yakhe. “Kungasa ngifile! Akukho ngne yami anihamba nayo lapha. Iyokwenziwani ejele?” Wagcina ngakho ukugoloza kodwa amaphoyisa agcina ehambe naye uMthoko. 5 Amaphoyisa athi ukumncwebancweba kancane, waligonyuluka lonke iqiniso oMthoko. Kanti ayadlala yini amaphoyisa? Kwavela obala ukuthi Isela libathazela khona lapha ebaleni. Liwungazeliswa yizidakamizwa.   [IsiZulu Soqobo ibanga 11]   Right click on the button below to open TEXT C in a new page.    

Read Details

UMBUZO 1.2: Buka lesi sithombe esingezansi bese uphendula im…

UMBUZO 1.2: Buka lesi sithombe esingezansi bese uphendula imibuzo ezolandela. TEXT B ISITHOMBE   RIGHT CLICK ON THE BUTTON BELOW TO OPEN TEXT B IN A NEW TAB   

Read Details

1.13 Hoekom, dink jy, moet mense wat baie alkohol gebruik…

1.13 Hoekom, dink jy, moet mense wat baie alkohol gebruik en kafeïendrankies drink, baie water gebruik? (1)

Read Details

5.1.7 Khetha impendulo enembayo kulezi ozinikiwe. Isimo so…

5.1.7 Khetha impendulo enembayo kulezi ozinikiwe. Isimo sokukhuluma esichazwa ilo musho: Umuntu uzakhela yena indlela yakhe eya ekukhanyeni.                                                                                           (2)

Read Details

ISAMBA:                                                     …

ISAMBA:                                                                                        ISAMBA ISIQEPHU A: [6] [30]

Read Details

1.2.3 Ukusebenzisa umlenze wezitulo ngenjezikhalo zokulwa…

1.2.3 Ukusebenzisa umlenze wezitulo ngenjezikhalo zokulwa kuzoba namuphi umphumela?  (2)

Read Details

4.2 Bhala isibongo salomndeni. (1)

4.2 Bhala isibongo salomndeni. (1)

Read Details

1.4 Wat, beteken Die aarde hergebruik sy eie water? (par….

1.4 Wat, beteken Die aarde hergebruik sy eie water? (par. 2) (1)

Read Details

Posts pagination

Newer posts 1 … 43,642 43,643 43,644 43,645 43,646 … 56,955 Older posts

GradePack

  • Privacy Policy
  • Terms of Service
Top