GradePack

    • Home
    • Blog
Skip to content
bg
bg
bg
bg

GradePack

  Funda isiqeshana sesithathu sendaba bese uphendula imibu…

  Funda isiqeshana sesithathu sendaba bese uphendula imibuzo elandelayo: Read the THIRD part of the story and answer the question that follow: 3. USgidi wagijima ngejubane ejahe phambili kubabekazi kaNomzamo. (Sgidi ran very fast to Nomzamo’s aunt’s house.) Wangena endlini wafika wamgwinya ubabekazi bese wangena embhedeni kababekazi wazenza yena. (He got into her house, swallowed her and got into her blankets and pretended to be her.)  Nomzamo wamangala ukuthi ingani ubabekazi wakhe enezindlebe kanye namehlo amakhulu kangaka. (Nomzamo got surprised why her aunt has such big eyes.) Wathi esabuza wamgwinya naye uSgidi. (As she was busy asking all these questions, Sgidi swallowed her as well.) Wayeselokhu ekhuluma nasesiswini sempisi yaze yamkhafula ngoba wayeyicasula (She kept on speaking inside the wolf’s stomach until it got irritated and spit both of them out.) Kusukela ngalelo langa uNomzamo  wanquma ukuthi ngeke asakhuluma kakhulu nabantu angabazi. (From that day, Nomzamo promised that she will never talk too much and with strangers.)

Read Details

BIBLIOGRAPHY https://www.africanstorybook.org/

BIBLIOGRAPHY https://www.africanstorybook.org/

Read Details

3.7. Qondanisa uphawu lokuloba negama lalo lesiZulu. Match…

3.7. Qondanisa uphawu lokuloba negama lalo lesiZulu. Match the punctuation marks with their  Zulu names. (4)       ISIQEPHU C AMAMAKI: (20)                                                                                                                                                                                   ISAMBA: [60]

Read Details

1.2.6. Bhala isandiso esivezwe yile gama. Isandiso sichaza…

1.2.6. Bhala isandiso esivezwe yile gama. Isandiso sichaza isenzo [ans1] -Endlini Write the adverb shown by this word. An adverb modifies the verb.   – Inside the house (2)                                                                           ISIQEPHU A AMAMAKI 30

Read Details

  Funda isiqeshana sesibili sale ndaba bese uphendula imib…

  Funda isiqeshana sesibili sale ndaba bese uphendula imibuzo elandelayo: Read the SECOND part of the story and answer the questions that follow:   2. Endleleni uNomzamo wahlangana noSgidi, impisi  eyayizishintshe yaba ngumuntu. (On her way, Nomzamo met Sgidi, a wolf which turned itself into a human.) USgidi wabuza, “uphetheni? “Inyama, amaqanda nobisi,” kuphendula uNomzamo (Sgidi asked, what do you have on your hands? Nomzamo answered, “meat, eggs and milk”). Wayesekhohliwe ukuthi umama wakhe wayemxwayisile ukuthi angakhulumi kakhulu. (She had forgotten that her mother warned her about taking too much). UNomzamo watshela uSgidi impisi ukuthi uhambisela ubabekazi wakhe ogulayo ukudla. (Nomzamo told Sgidi the wolf that she is sending food to her sick aunt.) Impisi yaconsa amathe lapho izwa iphunga lenyama eyayiphethwe nguNomzamo. (The wolf had a mouth watering moment when it smelled the meat that was carried by Nomzamo.)    

Read Details

1.2.5. Nikeza izibonelo zamagama amabili anomsindo u- kh G…

1.2.5. Nikeza izibonelo zamagama amabili anomsindo u- kh Give two examples of  words that start with the -kh sound.   (2)

Read Details

1.1.7. Kuyiqiniso noma amanga ukuthi impisi yaziphendula u…

1.1.7. Kuyiqiniso noma amanga ukuthi impisi yaziphendula umuntu ngenkathi ihlangana noNomzamo?   True or false, the wolf looked like a person when it was with Nomzamo? (2)

Read Details

1.1.8. Nikeza okubili okwenze uNomzamo wangabaza ukuthi ng…

1.1.8. Nikeza okubili okwenze uNomzamo wangabaza ukuthi ngubabekazi wakhe obekade asembhedeni. Give examples of two things that made Nomzamo doubt that it was her aunt lying in the bed. (2)

Read Details

1.2.3 Ngaphandle kokukhuluma, yikuphi okunye esingakwenza…

1.2.3 Ngaphandle kokukhuluma, yikuphi okunye esingakwenza ngomlomo? Khetha okubili. Besides talking, what else can we do with our mouths? Choose at least two. (2)

Read Details

1.2.2. Ingabe kuphephile yini ukukhuluma nabantu ongabazi?…

1.2.2. Ingabe kuphephile yini ukukhuluma nabantu ongabazi? Sekela impendulo yakho. Is it safe to talk to strangers? Support your answer. (2)

Read Details

Posts pagination

Newer posts 1 … 81,175 81,176 81,177 81,178 81,179 … 90,702 Older posts

GradePack

  • Privacy Policy
  • Terms of Service
Top